Asikhulume | Izibhamu
3.6 هزار بار بازدید -
پارسال
-
UMBUZO WOSUKU: Kungabe izinhlelo zokulawula
UMBUZO WOSUKU: Kungabe izinhlelo zokulawula izibhamu ziyasebenza eningizimu Afrika?
Ucwaningo luveza ukuthi zingu-9000 izibhamu eziduka minyaka yonke, kulinganiselwa ukuthi izibhamu ezingekho emthethweni eziyizigidi ezingu-2.5 zigcwala emigwaqweni, nezinhlamvu nazo zivame ukwebiwa. Izibhamu zebiwa ngisho nasezindlini zobufakazi zamaphoyisa. Naphezu kwezigidi ezingu-300 okubikwa ukuthi zisetshenziswe kwezobuchwepheshe ukufaka uhlelo lokubhalisa izibhamu kudijithali, amaphoyisa asaqopha izibhamu mathupha.
UMbuso ukholelwa ukuthi unezibhamu ezibalelwa ku-1.3 million.
Phakathi kuka-2005 no-2017, kwebiwa izibhamu zamaphoyisa ezingu-26025 ngokusho kwe-Action Society.
Izibhamu ezintshontshiwe zeNhlangano yabanikazi bezibhamu zisetshenziselwa: ukuduna izimoto, ukuphanga imali, izimpi zezimayini ezingekho emthethweni, ukubulala phakathi kokunye.
IPopcru ithi amaphoyisa aswele izinsiza, kanti ezinye izinhlangano zomphakathi zithi amanye anenkohlakalo.
Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba kuSocial Media.

در تاریخ 1402/02/06 منتشر شده
است.
3,681
بـار بازدید شده