Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo no Neliswa Cele: Ladysmith Black Mambazo

Ukhozi FM TV
Ukhozi FM TV
11.9 هزار بار بازدید - 2 سال پیش - Ukhozi FM TV no Siya
Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo no Neliswa Cele.
Namhlanje bavakashelwe iLadysmith Black Mambazo, okuyiqembu eselumnkantsh'ubomvu emculweni. Leliqembu elasungulwa ubaba uJoseph Shabalala ongasekho emhlabeni.

Seliwine izindondo ezinhlanu zamaGrammy, okuyindondo etholwa ilaba abasuke sebemnkantsh'ubomvu. Basixoxela ngeqembu  iLadysmith Black Mambazo elaqalwa ngonyaka ka-1960.

Basixoxela okuningi ngobaba uJoseph Shabalala ongasekho emhlabeni kanye nezimfundiso zakhe ukuthi kumele bahloniphe umsebenzi bahloniphe nabantu.

Okuhlukile nge-Ladysmith Black Mambazo ukuthi uma besazilungiselela (rehearsal) bavumela abantu bababukele. Ngaphambi kokuba beqale ukucula, bayazivocavoca okuwumthetho abazibekela wona.

Basixoxela nangeculo labo no Paul Simon iHomeless ukuthi lichazani.

Thokozela umculo omnandi ngokubukela le video.

#UkhoziFM #UkhoziFMTV #LadysmithBlackMambazo
2 سال پیش در تاریخ 1401/06/15 منتشر شده است.
11,944 بـار بازدید شده
... بیشتر