Mr Double D2 ft Benzo Hhayi Kancane

Mr Double d2
Mr Double d2
9 هزار بار بازدید - 2 سال پیش - LYRICSAyi, ay, eh.uMapholoba, Ayi.Qaphela ngingak'thinti.Khumbula
LYRICS
Ayi, ay, eh.
uMapholoba, Ayi.


Qaphela ngingak'thinti.
Khumbula le yimpi.
Izagile ne nqindi.
Ziyaduma ngakithi.

Qaphela ngingak'thinti.
Khumbula le yimpi.
Izagile nenqindi.
Ziyaduma ngakithi.

Wena uzothi ujimile kanti weh ah.
UMfana omncane uhlomile uzongenzani.
Thina umases'fikile ngama ketangu.
Sizobe sin'shaya hhayi kancane.

Wena uzothi ujimile kanti weh ah.
UMfana omncane uhlomile uzongenzani.
Thina umases'fikile ngama ketangu.
Sizobe sin'shaya hhayi kancane.


Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane, hhayi kancane.
Sizobe sin'shaya hhayi kancane.
Nina niy ntwana aslingani.
Aslingani aslingani


Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane, hhayi kancane.
Sizobe sin'shaya hhayi kancane.
Nina niy ntwana aslingani.
Aslingani aslingani

Hebe …… usuthu
Hebe …….usuthu
Babe ngaphi
Babe ngapha thina si ngapha kwafa umuntu gilikidi

Mfana omncane
Ng'cela uqhele endleleni
Ngoba manje ngena ibutho
Ibutho lika shaka ne nkosi usenzangakhona
Usenza ngakhona ka jama
Ilembe eleqa amanye ama lembe ngokukhalipha
Lapho es'phuma khona sphuma kwazulu
Lapho el'guqubala khona futhi liphinde lidume izulu
Singena nge ndlondlo
Si casukile sigane unwabu
Imina uma qhuzu ,imina ungqongqoshe ,unongoloza ugeneral

Ngena empini ku qhuma ivolovolo
Ngi dakha ama bhulethi nge hawu
Inxeba le nsizwa ngilinemba ngomu khonto
Lapho engihamba  khona ngihlezi ngi phethe iskhwili sami ubhonya phansi
Milikihli,gilikidi
Uvika isingisi
Uhlala esandton
Mina ngi nqwele ngizoku qulela nge nduku
Ngena ehostel ngihamba nezi nkabi nezi nkabikazi
Ungena kanjani empini ugqoke iskinny jean
Ugezela eshaweni mina ngi gezela Emfuleni
Break fast yami uphuthu nobhontshisi
Mawudlala utupac yho yho
Mina ngidlala umgqumeni ihiiiiiiii

Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane, hhayi kancane.
Sizobe sin'shaya hhayi kancane.
Nina niy ntwana aslingani.
Aslingani aslingani


Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane
Hhayi kancane, hhayi kancane.
Sizobe sin'shaya hhayi kancane.
Nina niy ntwana aslingani.
Aslingani aslingani
2 سال پیش در تاریخ 1401/09/28 منتشر شده است.
9,083 بـار بازدید شده
... بیشتر